Jump to content

Umchachiso wokucakathana

Mayelana Wikipedia
Umbukiso womfefenyeko wokuhlanganiswa kwe -GW150914, obonisa ukuhlanekezelwa kwesikhathimkhathi kusuka emnyondweni njengoba izigwinqa zizungeza futhi zihlangana.

Umchachiso wokucakathana ngokuvamile uhlanganisa imichachiso emibili ehlobene yomchazandalo eyasungulwa ngu -Albert Einstein : ukucakathana obukhethekile kanye nokucakathana jikelele, eyahlongozwa futhi yashicilelwa ngowe-1905 nowe-1915, ngokulandelana. [1] Ukucakathana okukhethekile kusebenza kuzo zonke izimongotho ezingokoqobo lapho ungekho umnyondo . Ukucakathana jikelele kuchaza umthetho womnyondo kanye nokuhlobana kwawo neziphoqi zemvelo. Usebenza emkhakheni wendabuko kanye nokugqaya izinkanyezi, kuhlanganise nomchazamkhathi. [2]

  1. Einstein A. (1916), Relativity: The Special and General Theory (Translation 1920), New York: H. Holt and Company 
  2. Will, Clifford M (2010). "Relativity". Grolier Multimedia Encyclopedia. http://gme.grolier.com/article?assetid=0244990-0. Retrieved 2010-08-01.