Ukusikisela kuzoboniswa ngemva kokuthayipha endaweni yokusesha. Sebenzisa imicibisholo ebheke phezulu naphansi ukuze ubuyekeze. Sebenzisa u-enter ukuze ukhethe. Uma okukhethile kungumusho, lowo musho uzothunyelwa ekusesheni. Uma ukusikisela kuyilinki, ibhrawuza izokuya kulelo khasi.

Ukukhansela

Ukukhansela ukubhukha

Ukukhansela okuqalwe ngumbungazi

  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Uma uMbungazi wakho ekhansela ukubhukha kwakho

    Uma ukubhukha kwakho kukhanselwa uMbungazi wakho, uzobuyiselwa imali ephelele. Uma ukukhansela kwenzeka phakathi nezinsuku ezingu-30 zokungena kwakho, sizokusiza uphinde ubhukhe indawo efanayo yokuhlala, kuye ngokuthi itholakala ngenani elifanayo.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Uma uMbungazi wakho ekucela ukuthi ukhansele

    Uma uMbungazi engeke akwazi ukukuhlalisa endlini yakhe, ungakhanseli—mcele yena akhansele ukuze ungaphuthelwa ukubuyiselwa imali yakho ephelele.
  • Indlela yokukwenza • Isivakashi

    Uma uMbungazi wakho ekhansela okokuzithokozisa kwakho

    Uma uMbungazi kudingeka ekhansele okokuzithokozisa, uzotshelwa masinyane futhi ubuyiselwe imali ephelele.

Izinqubomgomo